WORDS OF THANKS TO THE CHURCH INTERNATIONAL BODY OF CHRIST

Written by:

Bazalwane e Mzimbeni Ka Kristu Internationally,ngiyanibingelela !!!

Amen

1.UNkulunkulu uyajabula futhi  uyanibusisa ngeminikelo eniyenzayo nisemzimbeni ka Jesu Kristu oyinhloko yeBandla eliseMhlabeni wonke jikelele  .

2.Bazalwane ukuzikhandla kwenu ukuthwala izindleko zeBandla likaNkulunkulu ” does not go unnoticed”.

3.Baningi kakhulu abazalwane bethu abafaka iminikelo yabo  ukufukula ” our Coffers / Isikhwama Sethu.UNkulunkulu uyababona .

4. Bakhona  kuma Local Churches aseMkhanyakhude District,King Cetshwayo District ,Thekwini District in the KwaZulu / Natal Province abanye bakuma Local Churches in the Johannesburg Metropolitan Municipality within the Gauteng province .

5. Nansi i “cell phone number ” Ka Sipho Dlamini : 065 694 2852 omunye futhi undodana wenu ose Gauteng Province .Ngicela umama wethu uNobhala Ka National asifakele yena kwi What’s App Group Ka “The Church International Body of Christ”.Undodana  uyafisa ( to give the spiritual support kwesikwenzela uNkulunkulu .Thank you so much bazalwane ukuthi nimamukele ngothando.Thank you so much kundodana u Nkululeko Ndwandwe “for advising uSister ” wakhe ukuthi asivakashele kwaMsane Local Church sise Mzimbeni Ka Kristu .We acknowledge the Presence of our brother Vilakazi in our midst Yesterday.We are hoping ukuthi badlile Ku “spirit” uNkulunkulu esifundisa ngokubaluleka kokuthola ama ” spiritual blessings more than ukuthola ama “material blessings.”

6. NgoMsombuluko  odlule ( on the 27th October 2025 ) ade sikhokha izindleko zokubekwa kweBandla kwaNkombose endaweni enhle ngendlela emangalisayo.Thank you so much kwabakwa Zungu ukubuyisela umhlaba kuNkulunkulu umnini wawo.

7. Wonke umsebenzi wokubekwa uhambe kahle kakhulu.Induna yenkosi uNkombose yayikhona yakhuluma amazwi amahle okuthi indawo eyeBandla ” The Church International Body of Christ.Induna yacela ukuthi Amaphoyisa enduna nomphakathi ayivikele indawo yomsebenzi Ka Nkulunkulu: The Church.Induna icele ukuthi abantu babike kuyo uma kukhona abagangayo endaweni ye Bandla ukuze ibathathele izinyathelo zomthetho.

8. Siyabonga  kulabazalwane abafika ukuzosisingatha sibekwa.Benza umcimbi wokubekwa kwethu waba nesithunzi:

* Pastor ZE Nyawo wase Mfekayi eMchakwini ,ohlala enathi Noma kuphi lapho sikhona ukuhlonipha umsebenzi uNkulunkulu awuqalile. UBaba uNyawo wakhipha imali yomndeni wakhe wathenga  izidlo zenduna nomakhelwane kubekwana.Siyabonga kakhulu Sambane.Sibonge  Mnuz Canson Mbatha no Mnuz Vusie Dlamini ababe phelezela uPastor ZE Nyawo  .Siyabonga ku Mphostoli SB Msweli wase Welani Area owabamba iqhaza elikhulu sicinga iBala saze salithola.Nongalo siyambonga kakhulu uNkulunkulu   ngezaluleko kwakho ezakhayo.

9.Siyabonga kakhulu kwababekhona: UBaba wethu uMnuz Cele,Izinsizwa zonke.Umama wethu uMrs DG Dlamini .Siyabonga mama ukusinakekela ngokuya ethunjini  sesibuya kobekwa. Abanye bethu babefisa ukubakhona babanjwa yimisebenzi nezimo ezithize,kodwa ngomoya babekhona( in spirit).Siyabonga nakubo.

10. Siyabonga umndeni wakwa Sotomela nomndeni wakwa Mabuyakhulu ukukhoselisa i Bandla likaNkulunkulu ngendawo yokukhonzela. Siyabonga kumndeni ka Mama uNokuthula Sotomela nomndeni kamama uMrs MD  Mabuyakhulu .Labazalwane bethu bavule izinhliziyo zabo basipha imfudumalo emizini yabo “without Reservations.”

Bayaqonda ( understand) ukuthi abakwenzela uNkulunkulu kuyi Investment for the blessings of their future generations “.

Ngiyengacela ukuthi omama abahlanu eBandleni basihlanganisele isifundo esizosifunda eBandleni ” under the Topic:

” The 20 Women in the Bible who shaped the Church”   . Omama eBhayibhelini Ababamba iqhaza elikhulu eBandleni likaNkulunkulu.Izifundo ezizobhalwa ngomama zizofakwa emlandweni we Bandla zifundiswe IBandla ukuze kuhlonishwe iqhaza lomama eBandleni elizobona ukubuya kwe Nkosi uJesu Kristu ” The Nowadays Women in the Church”:

* Mrs Dlamini x 4
* Mrs Sotomela x 4
* Mrs Mabuyakhulu x 4
* Mrs Nyawo x 4
* Mrs Ntombela x 4

Leave a comment